PHAPHAMA! No. 4 2016 | Indlela Yokulawula Izejwayezi Zakho
Kungakhathaliseki ukuthi uyaqaphela noma cha, izejwayezi zithinta ukuphila kwakho kwansuku zonke ngezindlela ezinhle noma ezimbi.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Indlela Yokulawula Izejwayezi Zakho
Qinisekisa ukuthi izejwayezi zakho ziyakusiza kunokuba zikulimaze.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
1. Bhekana Namaqiniso
Akunakwenzeka ukuba uqale izejwayezi ezinhle uyeke ezimbi ngosuku. Thola ukuthi ungazibeka kanjani izinto eziza kuqala phambili.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
2. Lawula Indawo Ekuzungezile
Zigcine usendaweni enamathonya amahle angakusiza wenze izinqumo ezinhle.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
3. Bheka Imiphumela Yesikhathi Eside
Ngisho noma ukuthola kunzima ukuphumelelisa izejwayezi ezintsha noma ukuyeka ezindala, ungalilahli ithemba!
Lithini IBhayibheli Ngobungqingili?
Ingabe liyazilahla izenzo zobungqingili? Ingabe likhuthaza ukuzondwa kongqingili?
USIZO LOMNDENI
Indlela Yokubhekana Noshintsho
Ushintsho alugwemeki. Cabanga ngalokho okwenziwe abanye ukuze babhekane nalo ngokuphumelelayo.
AMAZWE NABANTU
Ukuvakashela EKyrgyzstan
Abantu baseKyrgyzstan baziwa ngokungenisa izihambi nenhlonipho. Yimaphi amasiko alawula ukuphila komndeni?
UMBONO WEBHAYIBHELI
Ubuhle Bangaphandle
Ezezindaba nezemfashini zingagqugquzela umbono ongalinganiseli ngokubukeka.
INGABE KWAKLANYWA?
Ukuphila Kwezihlonono Ezivela Ngankathi
Umjikelezo walezi zinambuzane ezimangazayo usho ukuthi zivela amasonto ambalwa kuphela eminyakeni engu-13 noma engu-17.
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Indlela Yokunqanda Ukuqagulisana
Ingabe wena noshade naye nihlale niqagulisana? Funda ngokuthi izimiso zeBhayibheli zinganisiza kanjani emshadweni wenu.
Intsha Ixoxa Ngokukholelwa KuNkulunkulu
Kule video eyimizuzu emithathu, abasebasha bachaza ukuthi yini ebaqinisekisayo ukuthi ukhona uMdali.