PHAPHAMA! Febhuwari 2013 | Ukuthuthela Kwelinye Izwe—Amaphupho Namaqiniso
Yiziphi izinkinga abantu abayizifiki abaye bahlangabezana nazo ezweni abathuthele kulo?
Ukubuka Okwezwe
Hlale wazi ngezenzakalo zamuva nezinto ezithakazelisayo emhlabeni kabanzi.
USIZO LOMNDENI
Indlela Yokunqanda Ukuqagulisana
Ingabe wena noshade naye nihlale niqagulisana? Funda ngokuthi izimiso zeBhayibheli zinganisiza kanjani emshadweni wenu.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ukuthuthela Kwelinye Izwe—Amaphupho Namaqiniso
Ingabe ukuthuthela kwelinye izwe kuyisiqinisekiso sokuthi umndeni wakho uzophila kangcono?
INGXOXO NOTHILE
Umklami Wamarobhothi Uchaza Ngokholo Lwakhe
UProfesa uMassimo Tistarelli ulandisa ngokwenza washintsha imibono yakhe ngokuziphendukela kwemvelo.
EZASENDULO
UPlato
Funda ngokuthi yini eyaholela ekuxutshweni kwemibono kaPlato nezimfundiso zobuKristu.
UMBONO WEBHAYIBHELI
Abampofu
Funda ngokuthi uNkulunkulu ubonisa kanjani ukuthi uyabakhathalela abantu abaswele.
INGABE KWAKLANYWA?
Umsila Wentulo Ebizwa Nge-agama
Lesi ntulo sikwazi kanjani ukugxuma isuka endaweni evundlile iya obondeni olumile?
Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet
Yini Okufanele Uyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Ngomakhalekhukhwini?
Ukuthumela imiyalezo ngomakhalekhukhwini kungaphazamisa ubungane bakho nabanye nedumela lakho. Thola ukuthi kanjani.
Indaba kaJakobe no-Esawu
Funda ngoJakobe no-Esawu, izinsizwa zandawonye ezafunda ukuzwana.