PHAPHAMA! Novemba 2007
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Ingabe Kufanele Ulethembe Noma Cha?
Cabangela ubufakazi obuqand’ ikhanda bokuthi iBhayibheli likufanele ukwethenjwa.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
Incwadi Eyingqayizivele
Funda ngamanye amaqiniso eBhayibheli nalokho okulenza libe yingqayizivele.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
1. Ukunemba Kwalo Ezindabeni Zomlando
Ingabe ukunemba kweBhayibheli kuyabonakala ngisho nasemininingwaneni ebonakala ingasho lutho?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
2. Ubuqotho Nokwethembeka Kwalo
IBhayibheli linikeza ubufakazi obanele bokuthi labhalwa abalobi abathembekile.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
3. Ukuvumelana Kwalo
Kwakungenzeka kanjani ukuba amadoda angu-40 anezizinda ezingefani abhale incwadi enesihloko esisodwa?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
4. Ukunemba Kwalo Kwezesayensi
IBhayibheli aliyona incwadi yesayensi, kodwa ingabe linembile ngokwesayensi?
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI
5. Iziprofetho Ezagcwaliseka
IBhayibheli ligcwele izibikezelo noma iziprofetho. Ingabe sikhona kuzo esagcwaliseka?