Njengezingane
Dawuniloda:
1. UJesu was’yala
Ukulingis’ iy’ngane.
Kuleli zwe elikhukhumele
Kumelwe s’lingis’ ingane,
Sithand’ abanye,
Singabacwasi njengay’ uJehova.
(CHORUS)
Njengey’ngane
Sifuna ukuthandana,
Silwele uk’bheka okuhle kwabanye.
Njengey’ngane
Sifun’ ukuba nomusa
Sigweme izint’ ezingas’hlukanisa.
2. Njengoba sisekhona
Kuleli zw’ elinenzondo
Singasol’ izisusa zabanye
Nalokho abakushoyo.
Uk’bhek’ abanye
Njengabakhul’
Y’vela kancane.
(CHORUS)
Njengey’ngane
Sifuna ukuthandana
Silwele uk’bheka okuhle kwabanye.
Njengey’ngane
Sifun’ ukuba nomusa
Sigweme izint’ ezingas’hlukanisa.
S’lingis’ iy’ngane.
(BRIDGE)
Siyothuthuka
S’khonz’ uJehova
Sijabulele
Ingxenye yethu.
Sikuleli zwe elikhukhumele
Kumelwe s’be njengezingane.
(CHORUS)
Njengey’ngane
Sifuna ukuthandana
Silwele uk’bheka okuhle kwabanye.
Njengey’ngane
Sifun’ ukuba nomusa
Sigweme izint’ ezingas’hlukanisa.
S’lingis’ iy’ngane.