“Ukuphila Kwangempela”
Dawuniloda:
1. Bheka ubuhle yonke indawo—Sesisezwen’ elisha.
Zonk’ izihlobo nazo sez’vusiwe.
Asisesabi lutho.
Mas’buka yonke indawo, sibong’ uMdali.
Zonk’ izifis’ esinazo zifezekile.
(PRE-CHORUS)
K’seduze simemeze sonke
(CHORUS)
Sesithi: ‘Siyakubonga Mdali wethu ses’sePharadesi.
Wanelise zonk’ iz’fiso zethu ses’thol’ uk’phila
Kwangempela!’
2. Sisebenza ngamandl’ ethu onke—sesakh’ umhlab’ omusha.
Kuyachwaza, wonk’ umuntu ujabule—k’vele kwehl’ inyembezi.
Ak’zona ezobuhlungu, ezenjabulo.
Le z’ndaba zePharadesi zimnandi; zinhle.
(CHORUS)
Siyothi: ‘Siyakubonga Mdali wethu ses’sePharadesi.
Wanelise zonk’ iz’fiso zethu, ses’thol’ uk’phila
Kwangempela!’
(BRIDGE)
Mas’linde, s’gcine lezi z’thembiso z’khanya bha!
L’seduze usuk’ esilulindele ngabomvu
(CHORUS)
Sesithi: ‘S’yakubonga Mdali wethu ses’sePharadesi.
Wanelise zonk’ iz’fiso zethu, ses’thol’ uk’phila!’
(CHORUS)
Sithi: ‘S’yakubonga Mdali wethu ses’sePharadesi.
Wanelise zonk’ iz’fiso zethu, ses’thol’ uk’phila
Kwangempela!’
(ENDING)
Ses’thole, ses’thole—
Uk’phila!
Ses’thole, ses’thole—
Uk’phila!
Ses’thole, ses’thole—
Uk’phila!
Ses’thole, ses’thole—
Uk’phila!