INGOMA 17
“Ngiyathanda”
-
1. Yeka uthando nomusa
KaKristu, washiy’ izulu,
Wasinakekela
Ngezwi nezenzo
Wadel’ isikhathi sakhe
Enakekel’ abaphansi,
Ebaphulukis’ izifo.
Ez’bonakalisa njengombusi.
Ngothando wathi: “Ng’yathanda.”
-
2. Silandel’ isibonelo
Kwesikwenza nsuku zonke.
Sibathanda bonke
Es’batholayo;
Bafunde ukulalela.
Sisize nabantulayo
S’bathande ngezwi nezenzo.
Uma abampofu bekucela,
Mane nje uthi: “Ng’yathanda.”
(Bheka noJoh. 18:37; Efe. 3:19; Fil. 2:7.)