Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGOMA 127

Uhlobo Lomuntu Okufanele Ngibe Yilo

Uhlobo Lomuntu Okufanele Ngibe Yilo

(2 Petru 3:11)

  1. 1. Ngingakubuyisela ngani Nkosi

    Ngibonge Jehova ngokuphila kwami?

    Ng’hlola inhliziyo yami ngeZwi lakho;

    Ngisize ukuba ngizihlolisise.

    (BRIDGE)

    Ngiyokukhonza ngokuphila kwami,

    Ngeke ngikwenze ngokugcina icala.

    Ngizokukhonza ngenhliziyo yonke;

    Nami ngikujabulise Nkosi.

    Baba ngisize ukuba ngibone

    Uhlobo lomunt’ ofuna ngibe yilo.

    Abaqotho wobavuza ngobuqotho;

    Mangikuthokozise nabantu bakho.