Kungenzeka yini uphile phakade?
Ubungathi . . .
yebo?
cha?
mhlawumbe?
OKUSHIWO IBHAYIBHELI
“Abalungile bayodla ifa lomhlaba, bahlale kuwo kuze kube phakade.”—IHUBO 37:29.
LOKHO OKUNGASE KUKUSHO NGAWE
Ungaba nekusasa elihle nelinokuthula ukanye nomndeni wakho nabangane.—JEREMIYA 29:11.
Ungajabulela ukuphila, hhayi nje isikhathi esifushane kodwa phakade.—IHUBO 22:26.
SINGAZIKHOLELWA NGEMPELA YINI IZITHEMBISO EZISEBHAYIBHELINI?
Yebo! Ukuze ubone ukuthi kungani, hlola ubufakazi obukulezi zifundo ezintathu ezikule ncwajana. Zinezihloko ezithi: