UkuziBona Ungento Yalutho
Ukuzingabaza thina nezinto esikwazi ukuzenza kungasenza sizizwe kanjani?
Num 11:14, 15; 1Kh 19:1-4; Job 3:3; Jer 15:10
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
Dan 10:8-11, 18, 19—Umprofethi uDaniyeli uphelelwa amandla kodwa uyaqina lapho ingelosi imkhumbuza ukuthi uyigugu kuJehova
Mat 10:29-31—UJesu wenza umfanekiso wondlunkulu ukuze abonise ukuthi uJehova uyasithanda futhi uyasinakekela
ImiBhalo eduduzayo: