UkuPha
UJehova usibekela siphi isibonelo njengoMuphi omkhulu?
Joh 3:16; IzE 17:25; Rom 6:23; Jak 1:17
Bheka nale miBhalo Hu 145:15, 16; 2Ko 9:15
Okunjani ukupha okungamjabulisi uNkulunkulu?
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Gen 4:3-7; 1Jo 3:11, 12—Kungani umnikelo kaKhayini ungamjabulisi uNkulunkulu?
-
IzE 5:1-11—U-Ananiya noSafira bayajeziswa ngoba beqambe amanga ngesipho sabo futhi benezisusa ezingafanele
-
Okunjani ukupha okujabulisa uNkulunkulu?
Mat 6:3, 4; Rom 12:8; 2Ko 9:7; Heb 13:16
Bheka nalo mBhalo IzE 20:35
-
Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:
-
Luk 21:1-4—UJesu uncoma umfelokazi oswele ngokunikela ngokuzithandela nakuba umnikelo wakhe umncane kakhulu
-
AmaKristu angekhulu lokuqala ayeyihlela kanjani iminikelo?
IzE 11:29, 30; Rom 15:25-27; 1Ko 16:1-3; 2Ko 9:5, 7
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
IzE 4:34, 35—Ibandla lokuKristu liba nesandla esivulekile futhi abaphostoli bayaqiniseka ukuthi abaswele bayakuthola abakudingayo
-
2Ko 8:1, 4, 6, 14—Ibandla lihlela ukuba amaKristu aswele athole usizo
-
Iyiphi indima ekhethekile amaKristu anayo kumalungu omndeni nakubafowabo nodadewabo abakhonza nabo?
Rom 12:13; 1Ti 5:4, 8; Jak 2:15, 16; 1Jo 3:17, 18
Bheka nale miBhalo Mat 25:34-36, 40; 3Jo 5-8
IBhayibheli lithi yini okufanele siyenzele abaswele?
Dut 15:7, 8; Hu 41:1; IzA 19:17; Jak 1:27
Bheka nale miBhalo IzA 28:27; Luk 14:12-14; Jak 2:1-4
Yini ebonisa ukuthi abantu badinga ukusizwa ukuze bazi uNkulunkulu ngaphezu kwanoma yini enye?
Mat 5:3, 6; Joh 6:26, 27; 1Ko 9:23
Bheka nale miBhalo IzA 2:1-5; 3:13; Shu 7:12; Mat 11:4, 5; 24:14
-
Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:
-
Luk 10:39-42—UJesu usiza uMarta abone ukuthi izinto ezisisondeza kuNkulunkulu zibaluleke kakhulu
-