INdlela Okufanele AmaKristu Aziphathe Ngayo
Kungani amaKristu kufanele aphile ngokuvumelana nezinkolelo zawo?
Isibonelo sikabani okufanele sisilingise?
Uba yini umphumela lapho umKristu elalela umthetho kaNkulunkulu?
Bheka nale miBhalo 1Ti 4:12; Tit 2:4-8; 1Pe 3:1, 2; 2Pe 2:2
ImiBhalo elandelayo ingamsiza kanjani umKristu agweme ukwenza izinto ezimbi?
Bheka nale miBhalo Mat 5:28; 15:19; Rom 1:26, 27; Efe 2:2, 3
ImiBhalo elandelayo ingamsiza kanjani umKristu enze okulungile?
Rom 12:2; Efe 4:22-24; Flp 4:8; Kol 3:9, 10
Bheka nale miBhalo IzA 1:10-19; 2:10-15; 1Pe 1:14-16
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Gen 39:7-12—UJosefa unqaba ukulingwa umkaPotifari
-
Job 31:1, 9-11—UJobe unquma ukungamnaki ngendlela engafanele owesifazane ongeyena umkakhe
-
Mat 4:1-11—UJesu unqaba ukulingwa uSathane
-
Iyiphi indlela yokucabanga engafanele umKristu okufanele ayigweme?
Bheka nesithi “INdlela Yokucabanga Engafanele”
Yimiphi imikhuba emibi umKristu okufanele ayigweme?
Bheka nesithi “IMikhuba Emibi”
Yiziphi izimfanelo ezinhle amaKristu okufanele abe nazo?
Ubumsulwa
2Ko 11:3; 1Ti 4:12; 5:1, 2, 22; 1Pe 3:1, 2
Bheka nale miBhalo Flp 4:8; Tit 2:3-5
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Gen 39:4-12—UJosefa uzigcina emsulwa nakuba umkaPotifari ezama ngokuphindaphindiwe ukumyenga
-
Hla 4:12; 8:6—Intombazane engumShulamiti iqotho ensizweni ethandana nayo futhi ihlale imsulwa; ayiziphathi kabi ngokocansi
-
Thembela kuJehova
Bheka nesithi “Thembela KuJehova”
Bheka abanye njengabakhulu kunawe
Bheka nesithi “UkuThobeka”
Ukwaneliseka
Bheka nesithi “UkwaNeliseka”
Ukubambisana nabanye
Shu 4:9, 10; 1Ko 16:16; Efe 4:15, 16
Bheka nale miBhalo Hu 110:3; Flp 1:27, 28; Heb 13:17
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
1Kr 25:1-8—INkosi uDavide ihlela amaqembu azocula endlini kaJehova, okudinga ukuthi abambisane ukuze asenze kahle isabelo sayo
-
Neh 3:1, 2, 8, 9, 12; 4:6-8, 14-18, 22, 23; 5:16; 6:15—UJehova ubusisa abantu bakhe ngenxa yokuthi bayabambisana, okwenza baqede ukwakha kabusha izindonga zaseJerusalema ngezinsuku ezingu-52
-
Isibindi
Bheka nesithi “ISibindi”
Ukukhuthaza abanye
Isay 35:3, 4; Rom 1:11, 12; Heb 10:24, 25
Bheka nale miBhalo Rom 15:2; 1Th 5:11
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
1Sa 23:15-18—UJonathani ukhuthaza uDavide ngoba iNkosi uSawule ifuna ukumbulala
-
IzE 15:22-31—Indikimba ebusayo yangekhulu lokuqala ithumela incwadi ukuze ikhuthaze amabandla
-
Ukukhuthazela; ukuphikelela; ukuba ogxilile
Mat 24:13; Luk 21:19; 1Ko 15:58; Gal 6:9; Heb 10:36
Bheka nale miBhalo Rom 12:12; 1Ti 4:16; IsA 2:2, 3
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Heb 12:1-3—Esebenzisa isibonelo sikaJesu, umphostoli uPawulu ukhuthaza amaKristu ukuba akhuthazele
-
Jak 5:10, 11—UJakobe ukhuluma ngesibonelo sikaJobe sokukhuthazela nendlela uJehova ambusisa ngayo
-
Ukuthembeka kuzo zonke izinto
Bheka nale miBhalo Gen 6:22; Eks 40:16
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Dan 1:3-5, 8-20—Umprofethi uDaniyeli nabangani bakhe abathathu balalela uMthetho KaMose mayelana nokuthi kufanele badleni
-
Luk 21:1-4—UJesu ubona ukuthi umnikelo omncane owenziwe umfelokazi ohluphekayo ubonisa ukuthi unokholo oluqinile
-
Ukwesaba uJehova
Bheka nalo mBhalo Hu 111:10
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Neh 5:14-19—UMbusi uNehemiya akalisebenzisi kabi ilungelo lakhe kubantu bakaNkulunkulu njengabanye ababusi ngoba wesaba uJehova
-
Heb 5:7, 8—UJesu uyisibonelo esihle kakhulu somuntu owesaba uNkulunkulu
-
Izithelo zomoya
Bheka nesithi “IziThelo Zomoya KaNkulunkulu”
Ukuba nesandla esivulekile
Bheka nesithi “UKuba Nesandla Esivulekile”
Ukuzinikela kuNkulunkulu
Bheka nale miBhalo 1Ti 5:4; 2Ti 3:12
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
IzE 10:1-7—UJehova uyaqaphela ukuthi uKorneliyu uyakuthanda ukuthandaza nokupha, uzinikele futhi uyamesaba uNkulunkulu nakuba engumuntu weZizwe
-
1Ti 3:16—UJesu uyisibonelo esihle kakhulu somuntu ozinikele kuNkulunkulu
-
Amazwi amahle, anomusa
IzA 12:18; 16:24; Kol 4:6; Tit 2:6-8
Bheka nale miBhalo IzA 10:11; 25:11; Kol 3:8
Ukwethembeka
Bheka nesithi “UkweThembeka”
Ukwamukela abanye ngomusa
Bheka nesithi “UkwaMukela Abanye Ngomusa”
Ukuthobeka; isizotha
Bheka nesithi “UkuThobeka”
Ukungakhethi
Bheka nesithi “UkungaKhethi”
Ukukhuthala; ukusebenza ngomphefumulo wonke
Bheka nesithi “UmSebenzi”
Ukuba qotho kuNkulunkulu
Bheka nesithi “UKuba Qotho KuNkulunkulu”
Ukukhathalela abanye ngokujulile
Ubuqotho
Bheka nesithi “UbuQotho”
Isihe
Bheka nesithi “ISihe”
Ukulinganisela kwesikwenzayo
Bheka nale miBhalo IzA 23:1-3; 25:16
Ukulalela
Bheka nesithi “UkuLalela”
Ukuhleleka
Ukuthandaza njalo
Hu 141:1, 2; Rom 12:12; Kol 4:2; 1Th 5:17; 1Pe 4:7
Bheka nesithi “UMthandazo”
Ukulungela ukuthethelela
Bheka nesithi “UkuThethelela”
Inhlonipho
Bheka nale miBhalo Efe 5:33; 1Pe 3:1, 2, 7
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Num 14:1-4, 11—Ama-Israyeli awamhloniphi umprofethi uMose noMpristi Ophakeme u-Aroni, lokhu uJehova ukubheka njengokungahloniphi yena uqobo
-
Mat 21:33-41—UJesu usebenzisa umfanekiso ukuze abonise ukuthi yini ezokwenzeka kulabo abangazihloniphi iziprofetho zikaJehova neNdodana yaKhe
-
Ukuthanda uNkulunkulu; ukufuna ukwenza intando kaJehova kuqala
Mat 6:33; Rom 8:5; 1Ko 2:14-16
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Heb 11:8-10—U-Abrahama uhlala ematendeni njengesifiki ngoba uMbuso kaNkulunkulu ungokoqobo kuye
-
Heb 11:24-27—Umprofethi uMose wenza izinqumo ezibonisa ukuthi uJehova ungokoqobo kuye
-
Ukuzithoba
Bheka nale miBhalo Joh 6:38; Efe 5:22-24; Kol 3:18
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Luk 22:40-43—UJesu ubeka isibonelo esihle sokuthobela intando kaYise ngisho nalapho kwakusinda kwehlela
-
1Pe 3:1-6—Umphostoli uPetru ukhumbuza amakhosikazi angamaKristu ngesibonelo sikaSara njengoba azithoba kumyeni wakhe
-
Ukuba nozwela
Bheka nesithi “UZwela”
Ukuba neqiniso
Bheka nesithi “UkweThembeka”