Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Incwadi YesAmbulo

Izahluko

Okuphakathi

  • 1

    • Isambulo sikaNkulunkulu, asinika uJesu (1-3)

    • Ukubingelelwa kwamabandla ayisikhombisa (4-8)

      • “Ngingu-Alfa no-Omega” (8)

    • UJohane waba sosukwini lweNkosi ngokuphefumulelwa (9-11)

    • Umbono ngoJesu okhazinyulisiwe (12-20)

  • 2

    • Imiyalezo eya e-⁠Efesu (1-7), eSmirna (8-11), ePhergamu (12-17), eThiyathira (18-29)

  • 3

    • Imiyalezo eya eSardesi (1-6), eFiladelfiya (7-13), eLawodikeya (14-22)

  • 4

    • Umbono wokuba khona kukaJehova ezulwini (1-11)

      • UJehova uhlezi esihlalweni sakhe sobukhosi (2)

      • Abadala abangu-24 ezihlalweni zobukhosi (4)

      • Izidalwa ezine eziphilayo (6)

  • 5

    • Umqulu onezimpawu eziyisikhombisa (1-5)

    • IWundlu lithatha umqulu (6-8)

    • IWundlu liyakufanelekela ukuvula izimpawu (9-14)

  • 6

    • IWundlu livula izimpawu zokuqala eziyisithupha (1-17)

      • Umnqobi ogibele ihhashi elimhlophe (1, 2)

      • Umgibeli wehhashi elibomvu njengomlilo uzosusa ukuthula (3, 4)

      • Umgibeli wehhashi elimnyama uzoletha indlala (5, 6)

      • Umgibeli wehhashi eliphaphathekile ubizwa ngokuthi ukuFa (7, 8)

      • Ababulewe ngaphansi kwe-altare (9-11)

      • Ukuzamazama komhlaba okukhulu (12-17)

  • 7

    • Izingelosi ezine zibambe imimoya yembubhiso (1-3)

    • Abangu-144 000 babekwa uphawu (4-8)

    • Isixuku esikhulu sigqoke izingubo ezimhlophe (9-17)

  • 8

    • Uphawu lwesikhombisa luyavulwa (1-6)

    • Ukushaywa kwamacilongo amane okuqala (7-12)

    • Omaye abathathu bayamenyezelwa (13)

  • 9

    • Icilongo lesihlanu (1-11)

    • Umaye owodwa udlulile, kuza abanye ababili (12)

    • Icilongo lesithupha (13-21)

  • 10

    • Ingelosi enamandla nomqulu omncane (1-7)

      • “Ngeke kusalitshalwa” (6)

      • Imfihlo engcwele iyapheleliswa (7)

    • UJohane udla umqulu omncane (8-11)

  • 11

    • Ofakazi ababili (1-13)

      • Baprofetha izinsuku ezingu-1 260 begqoke indwangu yesaka (3)

      • Babulawa bashiywa bedindilizile (7-10)

      • Bavuswa ngemva kwezinsuku ezintathu nengxenye (11, 12)

    • Umaye wesibili udlulile, kuza owesithathu (14)

    • Icilongo lesikhombisa (15-19)

      • UMbuso weNkosi yethu nokaKristu (15)

      • Labo abacekela phansi umhlaba bazobhujiswa (18)

  • 12

    • Owesifazane, umntwana wesilisa nodrako (1-6)

    • UMikayeli ulwa nodrako (7-12)

      • UDrako uphonswa phansi emhlabeni (9)

      • UDeveli uyazi ukuthi unesikhathi esifushane (12)

    • UDrako ushushisa owesifazane (13-17)

  • 13

    • Isilo sasendle esinamakhanda ayisikhombisa esiphuma olwandle (1-10)

    • Isilo esinezimpondo ezimbili esiphuma emhlabeni (11-13)

    • Isithombe sesilo esinamakhanda ayisikhombisa (14, 15)

    • Uphawu nenombolo yesilo sasendle (16-18)

  • 14

    • IWundlu nabangu-144 000 (1-5)

    • Imiyalezo evela ezingelosini ezintathu (6-12)

      • Ingelosi emkhathini inezindaba ezinhle (6, 7)

    • Bayajabula labo abafa bemunye noKristu (13)

    • Izivuno ezimbili zomhlaba (14-20)

  • 15

    • Izingelosi eziyisikhombisa nezinhlupho eziyisikhombisa (1-8)

      • Ingoma kaMose neyeWundlu (3, 4)

  • 16

    • Izitsha eziyisikhombisa zentukuthelo kaNkulunkulu (1-21)

      • Zathululelwa emhlabeni (2), olwandle (3), emifuleni nasemithonjeni (4-7), elangeni (8, 9), esihlalweni sobukhosi sesilo sasendle (10, 11), e-⁠Ewufrathe (12-16), nasemoyeni (17-21)

      • Impi kaNkulunkulu e-⁠Armagedoni (14, 16)

  • 17

    • Ukwahlulelwa ‘kweBhabhiloni Elikhulu’ (1-18)

      • Isifebe esikhulu sihlezi phezu kwesilo esinombala obomvu (1-3)

      • Isilo ‘sasikhona, kodwa manje asisekho, nokho sizophuma kwalasha’ (8)

      • Izimpondo eziyishumi zizolwa neWundlu (12-14)

      • Izimpondo eziyishumi zizosizonda isifebe (16, 17)

  • 18

    • Ukuwa ‘kweBhabhiloni Elikhulu’ (1-8)

      • “Phumani kulo, bantu bami” (4)

    • Ukulilela ukuwa kweBhabhiloni (9-19)

    • Ukuthokoza ezulwini ngenxa yokuwa kweBhabhiloni (20)

    • IBhabhiloni lizophonswa olwandle njengetshe (21-24)

  • 19

    • Dumisani uJah ngenxa yezahlulelo zakhe (1-10)

      • Umshado weWundlu (7-9)

    • Umgibeli wehhashi elimhlophe (11-16)

    • Isidlo esikhulu sakusihlwa sikaNkulunkulu (17, 18)

    • Isilo sasendle siyanqotshwa (19-21)

  • 20

    • USathane uboshwa iminyaka engu-1 000 (1-3)

    • Ababusi beminyaka eyinkulungwane abakanye noKristu (4-6)

    • USathane uyakhululwa bese eyabhujiswa (7-10)

    • Abafile bahlulelwa phambi kwesihlalo sobukhosi esimhlophe (11-15)

  • 21

    • Izulu elisha nomhlaba omusha (1-8)

      • Ukufa ngeke kusaba khona (4)

      • Konke kwenziwa kube kusha (5)

    • IJerusalema Elisha liyachazwa (9-27)

  • 22

    • Umfula wamanzi okuphila (1-5)

    • Isiphetho (6-21)

      • ‘Woza! Thatha amanzi okuphila mahhala’ (17)

      • “Woza, Nkosi Jesu” (20)