Dlulela kokuphakathi

Ukwakha Ukholo KuNkulunkulu

Kungani Kufanele Ukholelwe KuNkulunkulu?

Ingabe Ukhona UNkulunkulu?

IBhayibheli linikeza izizathu ezinhlanu ezicacile.

Ukhona Ngempela Yini UNkulunkulu?

Hlola ubufakazi obubonisa ukuthi kunengqondo ukukholelwa kuNkulunkulu.

Okwenza Sibe Lokuthi UNkulunkulu Ukhona

Ubunkimbinkimbi bendalo basiza uprofesa wafinyelela isiphetho esibalulekile.

Ukwazi UNkulunkulu

Ingabe UNkulunkulu Unalo Igama?

UNkulunkulu uneziqu eziningi, njengezithi Mninimandla onke, Mdali nesithi Nkosi. Kodwa igama likaNkulunkulu livela izikhathi ezingaphezu kuka-7 000 eBhayibhelini.

Ubani Igama LikaNkulunkulu?

Bewazi yini ukuthi uNkulunkulu unegama elichaza lokho ayikho?

Ingabe Singakwazi Ukuba Abangane BakaNkulunkulu?

Sekuphele amakhulu eminyaka abantu benesifiso sokwazi uMdali wabo. IBhayibheli lingasisiza sibe abangane bakaNkulunkulu. Lobo bungane buqala ngokuba sifunde igama likaNkulunkulu.

Yini Ongayenza Ukuze Umazi Kahle UNkulunkulu?

Izinyathelo eziyisikhombisa ezingakusiza wakhe ubungane naYe.

Indalo Yembula Uthando LukaJehova​—Umzimba Womuntu

Ikhono lethu lokubona, elokuzwa nelokukhumbula lisifundisa isifundo esibalulekile.

Sifunda NgoNkulunkulu Kubaprofethi Bakhe

Abaprofethi abathathu abathembekile basisiza sifunde ngoNkulunkulu nokuthi singazithola kanjani izibusiso zakhe.

Singamthola Ngempela Yini UNkulunkulu?

Izinto esingeke siziqonde ngoNkulunkulu zingasisiza sisondele kuye.

Ungakwazi Yini Ukubona UNkulunkulu Ongabonakali?

Funda ngokuthi ungawasebenzisa kanjani “amehlo enhliziyo” yakho.

Iqiniso NgoNkulunkulu NoKristu

UJesu uhluke ngani kuJehova?

Unjani UNkulunkulu?

Yiziphi izinto eziphawulekayo ngobuntu bukaNkulunkulu?

Ingabe UNkulunkulu Unendaba Nawe?

Sazi ngani ukuthi uNkulunkulu unendaba nathi?

Ingabe UNkulunkulu Uyazwelana Nathi?

IBhayibheli lisiqinisekisa ngokuthi uNkulunkulu uyasibona, uyasiqonda futhi uyazwelana nathi.

Ukubaluleka Kokholo

Okwenza Simdinge UNkulunkulu

Thola indlela ubuhlobo noNkulunkulu obungenza ngayo ukuphila kwakho kujabulise.

Lithini IBhayibheli Ngokholo?

IBhayibheli lithi “ngaphandle kokholo akwenzeki ukumjabulisa” uNkulunkulu. (Hebheru 11:6) Luyini ukholo futhi lubaluleke ngani? Ungaba kanjani nalo?

Ingabe Inkolo Iwuhlobo Oluthile Lokuzikhohlisa?

Kunokuba lisikhuthaze ukuba sibe nokholo lokuthatheka, iBhayibheli lisinxusa ukuba sisebenzise amandla ethu okuqonda futhi sicabangele ubufakazi.

Iqiniso LeBhayibheli Lakwanelisa Ukomela Kwami Izimpendulo

UMayli Gündel wayeka ukukholelwa kuNkulunkulu lapho uyise eshona. Kwenzeka kanjani ukuba abuye abe nokholo lwangempela nokuthula kwangaphakathi?

Ngayishiya Phansi Inkolo

UTom wayethanda ukukhonza uNkulunkulu kodwa wadunyazwa inkolo nemicikilisho yayo eyize. Ukutadisha iBhayibheli kwamsiza kanjani waba nethemba?

Izinselele Zokholo

Ingabe Inkolo Isiphenduke Ibhizinisi Elikhulu?

Kwamanye amasonto, iningi labantu abasuke beye kuwo lihlwempu kodwa umfundisi udla izambane likapondo.

Ingabe Kufanele Sifune Izimpendulo KuNkulunkulu?

Zingazitholaphi izimpendulo ezigculisayo ngemibuzo ebalulekile yokuphila? Singazifuna yini izimpendulo kuNkulunkulu?

Kungani UNkulunkulu Evumela Ukuhlupheka?

Abaningi bayazibuza ukuthi kungani umhlaba ugcwele inzondo nokuhlupheka kangaka. IBhayibheli linikeza impendulo eyanelisayo neduduzayo.

Kungani Abantu Bethi UNkulunkulu Unonya?

Abantu abaningi bacabanga ukuthi uNkulunkulu unonya noma akanandaba. Lithini iBhayibheli?

Ukusondela KuNkulunkulu

Ingabe Uzizwa Usondelene NoNkulunkulu?

Izigidi zabantu ziyaqiniseka ukuthi uNkulunkulu uzibheka njengabangane bakhe.

Ungasondela Kanjani KuNkulunkulu?

Thola ukuthi uNkulunkulu uyilalela yonke imithandazo yini, indlela okufanele sithandaze ngayo nokuthi yikuphi okunye esingakwenza ukuze sisondele kuNkulunkulu.

Isipho SikaNkulunkulu Esiyingqayizivele—Kungani Siyigugu Kangaka?

Yini eyenza isipho esithile sibe yigugu kunesinye? Ukucabanga ngalokho kungasenza sisazise nakakhulu isihlengo.

Okuhle Nokubi: IBhayibheli Liyisiqondiso Esingasethemba

Yini engakwenza uqiniseke ukuthi iBhayibheli linesiqondiso ongasethemba sokuhle nokubi?

Ingabe Singakwazi Ngempela Ukumjabulisa UNkulunkulu?

Impendulo ingathokala esibonelweni sokuphila kukaJobe, uLoti noDavide, bonke laba bantu benza amaphutha amakhulu.

Indlela Uthando LukaNkulunkulu Olungakusiza Ngayo

ImiBhalo isisiza sakhe ukholo ezithembisweni zikaNkulunkulu zekusasa.